Skip to product information
1 of 1

Grade 7-9 CAPS Approved Titles (Home Language)

Kangisazi-ke Manje

Kangisazi-ke Manje

Regular price R 99.60 ZAR
Regular price Sale price R 99.60 ZAR
Sale Sold out
Tax included.

Kuleli noveli ingane yentombazane uNozimbali ihlangana nonina okokuqala emva kweminyaka engamashumi amathathu nantathu (33yrs) kanti ihlangana noyise emva kweminyaka engamashumi amane (40 yrs). Injabulo yokutholana nabazali yashesha ukuhwamuka okwamazolo ebona ilanga ngoba bobabili abazali kabazange bayamukele ingane yabo njengoba kulindelekile ukuze bayenzele nezimfanelo zesiko. Udadewabo
kanina uTholakele udalula udaba lukayise naye esesokhukhwini lokufa kanti umama wanqaba waphetha ukuxazulula inkinga yokuthi ingabe le ndoda eyayidume kakhulu ebholeni yiyona ngempela uyise kaNozimbali obeyilongwe alithezile abe eganile kwaXelegwana. Unina kaNozimbali owamlahla enezinyanga ezintathu emshiya kwaNdlazanyoni ngonyaka ka-1960 wafa wangcwatshwa nemfihlo esiyoxazululwa ngumlando. Kungakho ekugcineni uNozimbali noma eseganile naye kwaNgwekazi
ulahlekelwa yithemba lokwazi iqiniso ngobulandu bakhe kungakho ephimisa la mazwi: Kangisazi-ke Manje!

ISBN: 978-1-4305-3066-4

View full details